Skip to main content Accessibility help
×
Hostname: page-component-77c89778f8-rkxrd Total loading time: 0 Render date: 2024-07-19T13:23:46.273Z Has data issue: false hasContentIssue false

8 - Isigcawu sesishiyagalombili

Published online by Cambridge University Press:  11 November 2021

Get access

Summary

(UMzwakhe noZama bayaxabana kwagogo kaZama. Babanga indaba kaNomonde.)

MZWAKHE: Hheyi, nalo msakazo ubanga umsindo, nengane ayisakwazi nokulala. Ngingayehlisa ivoluyumi?

ZAMA: (Ngokucikeka.) Yenza okubonayo ngoba phela wena ungusiyazi ekukhulisweni kwezingane. Wazi nokuthi azikwazi ukulala kahle uma kunomsindo.

MZWAKHE: (Ehlisa umoya.) Usungaze ungiphendule kanjena mama womntwana! Bheka nje futhi, kade ngilokhu ngikubuza ngemiphumela yakho yasenyuvesi kodwa impendulo angiyitholi.

ZAMA: Imiphumela etheni? Ungayithatha lapho eduze komsakazo.

MZWAKHE: (Asukume ayithathe. Ukhuluma ebheke yona.) Sengathi kuza kahle impela. Ubukeka uzimisele kakhulu ngomsebenzi wakho wesikole.

ZAMA: (Ebhuqa.) Phela akukho ukwenza ngokunye, kumele ngizimisele njengoba usho nje. Isitifiketi engizosithola mhla ngiqeda ukufunda yisona esizoba ngumduduzi wami njengoba ngingenabani.

MZWAKHE: Kwenzenjani, wakhulumisa okomuntu oyintandane? Ngikhona nje mina.

ZAMA: Ukuba khona kwakho akunginiki siqiniseko sokuthi uzohlala nami impilo yakho yonke.

MZWAKHE: Musa ukukhuluma kanjalo ngoba wazi kahle kamhlophe ukuthi mina nawe sizohlukaniswa ukufa.

ZAMA: Kusho ukuthi wonke umuntu wesifazane ohlangana naye wena Mzwakhe uhlale umkhohlisa kanje.

MZWAKHE: Tshela mina Zama. Ngabe likhona noma elilodwa nje ilanga engake ngakukhohlisa ngalo?

ZAMA: Mhlawumbe ubungakaze ungikhohlise ngaphambi kokuba uye kosebenza eKapa.

MZWAKHE: Angisezwa-ke manje.

ZAMA: Uzozwa ungetshe! Angithi phela wena uthe ungaba seKapa lakho lodumo wavele washa amashushu ngoNomonde. Wawungamboni yini ukuthi lo muntu wesifazane mdala kunawe? Konje kuyaye kuthiwe uthando aluboni. Ngendlela omthanda ngayo akuzange kube lula ukubona ukuthi awumelami nokumelama. Noma-ke mhlawumbe wathathwa ukuthi unemali?

MZWAKHE: (Angingize.) Cha … u-ku-thi we-na Zama. E… e…

(UZama atshele uMzwakhe ukuba aphume aphele kwagogo wakhe. Ahambe edangele uMzwakhe.)

Type
Chapter
Information
Publisher: University of South Africa
Print publication year: 2012

Access options

Get access to the full version of this content by using one of the access options below. (Log in options will check for institutional or personal access. Content may require purchase if you do not have access.)

Save book to Kindle

To save this book to your Kindle, first ensure coreplatform@cambridge.org is added to your Approved Personal Document E-mail List under your Personal Document Settings on the Manage Your Content and Devices page of your Amazon account. Then enter the ‘name’ part of your Kindle email address below. Find out more about saving to your Kindle.

Note you can select to save to either the @free.kindle.com or @kindle.com variations. ‘@free.kindle.com’ emails are free but can only be saved to your device when it is connected to wi-fi. ‘@kindle.com’ emails can be delivered even when you are not connected to wi-fi, but note that service fees apply.

Find out more about the Kindle Personal Document Service.

Available formats
×

Save book to Dropbox

To save content items to your account, please confirm that you agree to abide by our usage policies. If this is the first time you use this feature, you will be asked to authorise Cambridge Core to connect with your account. Find out more about saving content to Dropbox.

Available formats
×

Save book to Google Drive

To save content items to your account, please confirm that you agree to abide by our usage policies. If this is the first time you use this feature, you will be asked to authorise Cambridge Core to connect with your account. Find out more about saving content to Google Drive.

Available formats
×