Skip to main content Accessibility help
×
Hostname: page-component-77c89778f8-m42fx Total loading time: 0 Render date: 2024-07-19T13:19:10.789Z Has data issue: false hasContentIssue false

2 - Isigcawu sesibili

Published online by Cambridge University Press:  11 November 2021

Get access

Summary

(UMzwakhe usebuyele ekhaya, eSikhawini. Uhlezi nentombi yakhe esitolo esidayisa ukudla.)

ZAMA: Awazi sithandwa ukuthi bengikukhumbule kangakanani ngenkathi ungekho ngempelasonto. Kodwa nihambe kanjani?

MZWAKHE: Ngingasho ngingananazi ukuthi sihambe kahle kakhulu.

ZAMA: Kwakuhle ukuzwa ukuthi nihambe kahle ngaphandle kwezihibe mntakwethu. (Eguqula ingxoxo.) Mina angithandi ukuhlala kula matafula angaphakathi ngoba kugcwele, futhi kunomsindo.

MZWAKHE: Kunganjani sihlale kulana angaphandle? Kunezihlahla khona, kupholile futhi nomoya ushaya kamnandi.

ZAMA: Uyazi wena Mzwakhe ungathi ubufunda ingqondo yami. Yiyona ndawo efanele uZama noMzwakhe wakhe leyo. (Bahleke baze baqabulane. Baphume sebeyohlala khona.)

ZAMA: Cha, bayakwazi ukupheka kule ndawo. Ukudla kwabo kwehla esiphundu.

MZWAKHE: Ngiyajabula uma ngikuzwa ukhuluma kanje mntakwethu. Sengathi uma unami ungahlale ujabule ngaso sonke isikhathi.

ZAMA: Kanti isikhathi sihamba kanje uma uhleli nothandiweyo wakho! (Esekhuluma ngezwi elikhombisa ukwethuka.) Uzongibulala umama ngenduku namhlanje! Ngicela ungiphelezele bandla, ungibeke erenki.

MZWAKHE: Uqinisile Zama. Angikuphelezele mayifohloza.

(Basukume bahambe.)

Type
Chapter
Information
Publisher: University of South Africa
Print publication year: 2012

Access options

Get access to the full version of this content by using one of the access options below. (Log in options will check for institutional or personal access. Content may require purchase if you do not have access.)

Save book to Kindle

To save this book to your Kindle, first ensure coreplatform@cambridge.org is added to your Approved Personal Document E-mail List under your Personal Document Settings on the Manage Your Content and Devices page of your Amazon account. Then enter the ‘name’ part of your Kindle email address below. Find out more about saving to your Kindle.

Note you can select to save to either the @free.kindle.com or @kindle.com variations. ‘@free.kindle.com’ emails are free but can only be saved to your device when it is connected to wi-fi. ‘@kindle.com’ emails can be delivered even when you are not connected to wi-fi, but note that service fees apply.

Find out more about the Kindle Personal Document Service.

Available formats
×

Save book to Dropbox

To save content items to your account, please confirm that you agree to abide by our usage policies. If this is the first time you use this feature, you will be asked to authorise Cambridge Core to connect with your account. Find out more about saving content to Dropbox.

Available formats
×

Save book to Google Drive

To save content items to your account, please confirm that you agree to abide by our usage policies. If this is the first time you use this feature, you will be asked to authorise Cambridge Core to connect with your account. Find out more about saving content to Google Drive.

Available formats
×