Skip to main content Accessibility help
×
Hostname: page-component-77c89778f8-gq7q9 Total loading time: 0 Render date: 2024-07-19T13:24:02.918Z Has data issue: false hasContentIssue false

9 - Isigcawu sesishiyagalolunye

Published online by Cambridge University Press:  11 November 2021

Get access

Summary

(Isithelelene amanzi phakathi kukaZama nomama wakhe. Kanjalo futhi phakathi kwakhe noMzwakhe, ulungiselela ukuya eBotswana.)

MAMPANZA: Zama, ake unciphise ivoluyumi kamabonakude. Angithi ubuthe kukhona ofuna ukukhuluma ngakho?

ZAMA: (Enciphisa ivoluyumu ngerimothi.) Yebo mama. Benginqena ukukuphazamisa ngoba uMantombi ungene usagxile ekubukeni izindaba.

MAMPANZA: UMantombi ungowakwabani?

ZAMA: Ungowa…

Mantombi: (Eziphendulela.) Hho, mina ngingowakwaNyide mama.

MAMPANZA: Umsebenzi wokubheka izingane uwujwayele?

Mantombi: Yebo ngiwujwayele. Amawele asekhaya ayebhekwa yimina esemancane ngenkathi umama esemsebenzini. Nakweminye imizi sengike ngawenza lo msebenzi wokuqapha abantwana abancane.

MAMPANZA: Kuhle-ke uma uzijwayele izingane ngoba kuba nzima ukugadana nengane uma kuyinto oyiqala ngqa ukuyenza.

ZAMA: (Eqondise kuMantombi.) Umama bese ngimchazele ngazo zonke izidingo zengane. Uma kukhona ongakuqondi usuzobuza kuyena.

Mantombi: Ngiyezwa sisi. Angiyiboni nakancane inkinga kulokho.

MAMPANZA: Ukuguga madoda! Ake ungikhumbuze Zama, konje uthe nizohamba isikhathi esingakanani?

ZAMA: Sizohamba isikhathi esingangesonto nje kuphela.

(Avalelise uMantombi, bahlukane.)

Type
Chapter
Information
Publisher: University of South Africa
Print publication year: 2012

Access options

Get access to the full version of this content by using one of the access options below. (Log in options will check for institutional or personal access. Content may require purchase if you do not have access.)

Save book to Kindle

To save this book to your Kindle, first ensure coreplatform@cambridge.org is added to your Approved Personal Document E-mail List under your Personal Document Settings on the Manage Your Content and Devices page of your Amazon account. Then enter the ‘name’ part of your Kindle email address below. Find out more about saving to your Kindle.

Note you can select to save to either the @free.kindle.com or @kindle.com variations. ‘@free.kindle.com’ emails are free but can only be saved to your device when it is connected to wi-fi. ‘@kindle.com’ emails can be delivered even when you are not connected to wi-fi, but note that service fees apply.

Find out more about the Kindle Personal Document Service.

Available formats
×

Save book to Dropbox

To save content items to your account, please confirm that you agree to abide by our usage policies. If this is the first time you use this feature, you will be asked to authorise Cambridge Core to connect with your account. Find out more about saving content to Dropbox.

Available formats
×

Save book to Google Drive

To save content items to your account, please confirm that you agree to abide by our usage policies. If this is the first time you use this feature, you will be asked to authorise Cambridge Core to connect with your account. Find out more about saving content to Google Drive.

Available formats
×